1 / 83

Microsoft ® Office PowerPoint ® 2007 Ukuqeqesha

Microsoft ® Office PowerPoint ® 2007 Ukuqeqesha. Yakha isethulo sakho sokuqala. Okuqukethwe kwekhozi. Ukubuka konke : Yazi okusemqoka Isifundo 1: Yakha ama -slides akho Isifundo 2: Khetha ingqikithi , ngeza okunye okuqukethwe

bly
Download Presentation

Microsoft ® Office PowerPoint ® 2007 Ukuqeqesha

An Image/Link below is provided (as is) to download presentation Download Policy: Content on the Website is provided to you AS IS for your information and personal use and may not be sold / licensed / shared on other websites without getting consent from its author. Content is provided to you AS IS for your information and personal use only. Download presentation by click this link. While downloading, if for some reason you are not able to download a presentation, the publisher may have deleted the file from their server. During download, if you can't get a presentation, the file might be deleted by the publisher.

E N D

Presentation Transcript


  1. Microsoft® Office PowerPoint® 2007 Ukuqeqesha Yakha isethulo sakho sokuqala

  2. Okuqukethwe kwekhozi • Ukubukakonke: Yaziokusemqoka • Isifundo 1: Yakhaama-slides akho • Isifundo 2: Khethaingqikithi, ngezaokunyeokuqukethwe • Isifundo 3: Lungisa amaphutha, phrinta, bese ulungiselela umbukiso Isifundongasinyesibandakanyauhlalwemisebenziephakanyiswayokanyenesethiyemibuzoyokuvivinya.

  3. Ukubuka konke: Yazi okusemqoka Ngabeucelweukubauhlanganiseisethulo se-PowerPoint, kodwaawunaqinisolokuthiuzoqalakanjani? Le khoziizokufundisakonkeodingaukukwaziukuzewakhefuthiunikezeisethulo. Uzotholaizindlelazokwakhaama-slides, ufakeokuqukethwekuzona, futhiuwenzeabukekekahle. Beseufundaizindlelazokulungisaamanothiesikhuluminalokhoozokunikezaabalaleli (handouts), beseulungelaukwethula.

  4. Izinjongo zekhozi • Yakha ama-slides bese wengeza umbhalo. • Shutheka izithombe nokunye okuqukethwe. • Faka ingqikithi yokubukeka jikelele kwesethulo. • Phrinta ozokunika abalaleli namanothi. • Lungiselela ukunikeza umbukiso.

  5. Isifundo 1 Yakha ama-slides akho

  6. Yakha ama-slides akho Lokhu wukulunguza ewindini le-PowerPoint. Le sifundo sizokunika isingeniso ewindini sikusize uzizwe ukhululekile ngokusebenza kulo. Uzobona futhi izindlela zokwengeza ama-slides amasha, ukhethe isakhiwo se-slide, bese wengeza umbhalo futhi uphinde usebenzise ama-slides aphuma kwesinye isethulo. Okokugcina, uzothola izindlela zokulungisa amanothi ngesikhathi wakha umbukiso, ozoya kuwona khathi wethula. Chofozaukwengezaisihloko Chofoza ukwengeza isihlokwana Chofozaukwengezaamanothi

  7. Yazi indawo yakho yokusebenza Lokhu wukubonakala okuvuleka kuqala ku-PowerPoint. Kuthiwa wuKubonakala okuvamile. Usebenza lapha khathi wakha ama-slides. Zintathu izindawo ezisemqoka zoKubonakala okuvamile. Ifasitelana lama-slideyindawoenkuluphakathinendawo. Usebenzangqokwi-slide kulendawo. Kwi-slide, amabhokisianemingceleengamachashazakuthiwaizibambindawo. Laphauthayiphaumbhalowakho, ushuthekeubuciko, noma wengezeokunyeokuqukethwe. Chofozaukwengezaisihloko Chofoza ukwengeza isihlokwana Chofozaukwengezaamanothi

  8. Yazi indawo yakho yokusebenza Lokhu wukubonakala okuvuleka kuqala ku-PowerPoint. Kuthiwa wuKubonakala okuvamile. Usebenza lapha khathi wakha ama-slides. Zintathu izindawo ezisemqoka zoKubonakala okuvamile. Esinxeleni kunezihumusho ezincane, noma izithonjana, zama-slides kwisethulo sakho, bese lesi osebenza kuso sigqanyiswa. Le ndawo yithebhu yama-Slides . Chofozaukwengezaisihloko Chofoza ukwengeza isihlokwana Chofozaukwengezaamanothi

  9. Yazi indawo yakho yokusebenza Lokhu wukubonakala okuvuleka kuqala ku-PowerPoint. Kuthiwa wuKubonakala okuvamile. Usebenza lapha khathi wakha ama-slides. Zintathu izindawo ezisemqoka zoKubonakala okuvamile. Endaweni ephansi yifasitelana lamanothi, lapho uthayipha khona amanothi ozolokhu uya kuwo khathi wethula. Chofoza ukwengeza isihloko Chofoza ukwengeza isihlokwana Chofoza ukwengeza amanothi

  10. Ngeza ama-slides amasha Uma i-PowerPoint ivuleka, kune-slide esisodwa kuphela embukisweni. Wengeza amanye ama-slides. Ekhaya Ekhaya Indlelaesobalakunazozonkeyokwengezai-slide esishawukuqhafazai-Slide EsishakuthebhuEkhaya, njengobakuvezaisithombe.

  11. Ngeza ama-slides amasha Uma i-PowerPoint ivuleka, kune-slide esisodwa kuphela embukisweni. Wengeza amanye ama-slides. Ekhaya Ekhaya Zimbiliizindlelazokusebenzisaibhathini le-Slide Esisha : Uma uqhafaza ingxenye engenhla yebhathini, lapho kukhona uphawu lwe-slide, kwengezeka ngokushesha esisha i-slide ngezansi kwe-slide esikhethwe kuthebhu yama-Slides.

  12. Ngeza ama-slides amasha Uma i-PowerPoint ivuleka, kune-slide esisodwa kuphela embukisweni. Wengeza amanye ama-slides. Ekhaya Ekhaya Zimbiliizindlelazokusebenzisaibhathini le-Slide Esisha : Uma uqhafaza ingxenye engezansi yebhathini, uthola igalari ye zakhiwo ze-slide. Ukhetha isakhiwo, bese i-slide sishuthekwa kanye naleso sakhiwo.

  13. Ngeza ama-slides amasha Uma wengeza i-slide ngaphandle kokukhetha isakhiwo, i-PowerPoint iyasifaka ngokuzenzekela. Ekhaya Ekhaya Ungasishintsha uma uthanda: Chofoza kwesokudla i-slide esinesakhiwo ofuna ukusishintsha, bese ukhomba ku-Isakhiwo.

  14. Khetha izakhiwo zama-slides Ese-slide isakhiwo sihlela okuqukethwe ku-slide sakho. Isibonelo, ungahle ufune uhlu nesithombe ku-slide, noma isithombe kanye nencazelo. Chofozaukwengezaisihloko Chofozaukwengezaisihloko Chofozaukwengezaumbhalo Chofozaukwengezaisihlokwana Izakhiwo zinezinhlobo ezihlukene zezibambindawo nezinhlelo zezibambindawo ukweseka okuqukethwe kwakho.

  15. Khetha izakhiwo zama-slides Isithombe siveza izakhiwo eqala ngazo ngokuzenzekela i-PowerPoint. Chofozaukwengezaisihloko Chofozaukwengezaisihloko Chofozaukwengezaumbhalo Chofozaukwengezaisihlokwana Isakhiwo se-Slide Sesihloko, esikhonjiswelaphangendlelaesibonakalangayokugalariyezakhiwo, sifakwaku-slide sokuqalakumbukiso (lesoesisukesesikhonaumauqala). Ku-slide, isakhiwo se-Slide Sesihlokosinezibambindawozesihlokonesihlokwana.

  16. Khetha izakhiwo zama-slides Isithombe siveza izakhiwo eqala ngazo ngokuzenzekela i-PowerPoint. Chofozaukwengezaisihloko Chofozaukwengezaisihloko Chofozaukwengezaumbhalo Chofozaukwengezaisihlokwana Cishukuthiisakhiwoozosisebenzisakakhulukunazozonkekwamanyeama-slides kuthiwaIsihlokonoKuqukethwe, esikhonjiswelaphangendlelaesibukekangayokugalariyezakhiwo. Ku-slide, le sakhiwo sinesibambindawo sesihloko se-slide, kanye nesesibili sezinhloso zonke isibambindawo esinombhalo kanye nezimpawu ezimbalwa.

  17. Thayipha umbhalo wakho Kusibambindawo sezinhloso zonke esivezwe phambilini, ungongeza okungamagrafikhi noma umbhalo. Asikhulume ngombhalo. Ekhaya Lorem Ipsum Dolor sit amet Consectetueradipiscingelit Doneceuismod Mattisaugue Class aptent Taciti sociosqu Ukufomathwa okuhleliwe kombhalo wuhlu oluphawuliwe. Ungasebenzisaamazingaehlukeneombhalongaphakathikwizinhlaeziphawuliweukwenzaamaphuzuamancanengaphansikwamaphuzuamakhulu. Kwi-Ribbon, sebenzisa imiyalo eqoqweni le-Fonti ukushintsha ukufomathwa kwezinhlamvu, njengombala nosayizi wefonti.

  18. Thayipha umbhalo wakho Kusibambindawo sezinhloso zonke esivezwe phambilini, ungongeza okungamagrafikhi noma umbhalo. Asikhulume ngombhalo. Ekhaya Lorem Ipsum Dolor sit amet Consectetueradipiscingelit Doneceuismod Mattisaugue Class aptent Taciti sociosqu Ukufomathwa okuhleliwe kombhalo wuhlu oluphawuliwe. Sebenzisa imiyalo eqoqweni le-Pharagrafu ukushintsha ukufomathwa kwepharagrafu, njengokufomathwa kwezinhla, uqalosikhewu (indent) lombhalo, nezikhala phakathi kwemigqa.

  19. Shutheka ama-slides aphuma kwesinye isethulo Ungadinga ukusebenzisa ama-slides aphuma kusethulo sakho samanje kumbukiso wakho. Nakhu okumele ukwenze. Sebenzisa futhi ama-Slides Ekhaya Fakaamaslaydikusukaku: C:\Izethulo... Pheqa IslaydiEsisha AmaslayidiAqokiweAkotshiwe AmasilayidioHlakeni… PhindaUsebenziseAmasilayidi… KuthebhuEkhaya, chofozaumcibisholoosecelenikuka-i-Slide Esisha, kubesengathiuzoshuthekai-slide esishabeseukhethaisakhiwosasokuqala. Ngezansikwegalariyezakhiwo, chofozaSebenzisafuthiama-Slides.

  20. Shutheka ama-slides aphuma kwesinye isethulo Ungadinga ukusebenzisa ama-slides aphuma kusethulo sakho samanje kumbukiso wakho. Nakhu okumele ukwenze. Sebenzisa futhi ama-Slides Ekhaya Fakaamaslaydikusukaku: C:\Izethulo... Pheqa IslaydiEsisha AmaslayidiAqokiweAkotshiwe AmasilayidioHlakeni… PhindaUsebenziseAmasilayidi… KufasitelanalemisebenziSebenzisafuthiama-Slides, ngaphansikukaShuthekai-slide esiphuma, chofozaPheqaukutholaumtapowezethulonomawama-slide onama-slides owafunayo. Beseuqhafazaumcibisholoukuvulalawoma-slides akufasitelanalemisebenzi.

  21. Shutheka ama-slides aphuma kwesinye isethulo Ungadinga ukusebenzisa ama-slides aphuma kusethulo sakho samanje kumbukiso wakho. Nakhu okumele ukwenze. Sebenzisa futhi ama-Slides Ekhaya Fakaamaslaydikusukaku: C:\Izethulo... Pheqa IslaydiEsisha AmaslayidiAqokiweAkotshiwe AmasilayidioHlakeni… PhindaUsebenziseAmasilayidi… Uma uthola i-slide osifunayo, qaphela ibhokisi lokuqoka elithi Gcina ukufomatha komthombo phansi ekugcineni kwefasitelana. Uma ufuna ukugcina ukubukeka okufana nse kwama-slides owashuthekayo, qiniseka ukuthi leli bhokisi lokuqoka liyathikhwa ngaphambi kokushutheka i-slide.

  22. Shutheka ama-slides aphuma kwesinye isethulo Ungadinga ukusebenzisa ama-slides aphuma kusethulo sakho samanje kumbukiso wakho. Nakhu okumele ukwenze. Sebenzisa futhi ama-Slides Ekhaya Fakaamaslaydikusukaku: C:\Izethulo... Pheqa IslaydiEsisha AmaslayidiAqokiweAkotshiwe AmasilayidioHlakeni… PhindaUsebenziseAmasilayidi… Chofoza i-slide ngasinye ofuna ukusishutheka. Sisinye sikopishelwa kwisethulo esivuliwe, ngaphansi kwe-slide esikhethwe njengamanje noma ngezansi kwesikhombisi, uma usibeke ngaphansana kwesithonjana se-slide.

  23. Yakha amanothi esikhulumi Sebenzisaamanothiesikhulumiukwenabangamaphuzuaku-slide. Amanothiamahleangakusizaugcineabalalelibethathekilefuthiunqandeukunqwabelanakombhalokwi-slide. Lorem ipsum dolor sit amet Fuscesuscipitmolestie mi Nam eleifenddignissimnisl Khathiuthuthukisaokuqukethwekuma-slides akho, thayiphaamanothiakhokwifasitelanalamanothi, ngezansikwe-slide. Ungalikhulisaifasitelanalamanothiukuzekubelulaukusebenzakulonangokuhudulaibhayokuhlukanisa.

  24. Yakha amanothi esikhulumi Sebenzisaamanothiesikhulumiukwenabangamaphuzuaku-slide. Amanothiamahleangakusizaugcineabalalelibethathekilefuthiunqandeukunqwabelanakombhalokwi-slide. Lorem ipsum dolor sit amet Fuscesuscipitmolestie mi Nam eleifenddignissimnisl Amanothi akho agcinwa ekhasini lamanothi, elinekhophi ye-slide kanye namanothi. Leli yikhasi oliphrintayo olokhu uya kulona khathi unikeza isethulo.

  25. Iziphakamiso zokuzilolonga • Jwayela izindawo zewindi le-PowerPoint. • Thayipha imibhalo. • Ngeza ama-slides amasha. • Zula wengeze omunye umbhalo. • Sebenzisa ukushonisa phakathi umbhalo nokufomatha. • Sebenza ngokufakwa kombhalo ngokuzenzekela. • Thayipha uhlole amanothi.

  26. Isivivinyo 1, umbuzo 1 Ewindini le-PowerPoint, iyiphi indawo enkulu yokwengeza okuqukethwe kwama-slide? (Khetha eyodwa impendulo.) Ithebhuyama-Slides, laphokukhonaizithonjanazama-slides, esinxelenisewindi. Ifasitelanalamanothi. Ifasitelana lama-slides, phakathinewindi.

  27. Isivivinyo 1, umbuzo 1: Impendulo Ifasitelana lama-slides, phakathi newindi. Sebenza kufasitelana lama-slide ukwengeza umbhalo, izithombe, izimo, amafayela emidya, noma okunye okuqukethwe kuma-slides akho.

  28. Isivivinyo 1, umbuzo 2 Uma wengeza i-slide esisha, uqala kanjani ngokusikhethela isakhiwo? (Khetha eyodwa impendulo.) KuthebhuyaseKhaya, chofozauhhafuongenhlawebhathinii-Slide Esisha . KuthebhuyaseKhaya, chofozauhhafuongezansiwebhathini le-Slide Esisha, laphookunomcibisholokhona. Chofozakwesokudlaisithonjana se-slide kuthebhuyama-Slides, beseuqhafazai-Slide Esisha.

  29. Isivivinyo 1, umbuzo 2: Impendulo KuthebhuyaseKhaya, chofozauhhafuongezansiwebhathinii-Slide Esisha, laphookunomcibisholokhona. Ukuqhafaza umcibisholo kuveza izakhiwo zama-slide. Uma ukhetha okukodwa, kushuthekwa i-slide naleso sakhiwo.

  30. Isivivinyo 1, umbuzo 3 Iyiphi indlela esheshayo yokushitsha isakhiwo esikhona ufake esihlukile? (Khetha eyodwa impendulo.) Chofoza uhhafu ongezansi webhathini i-Slide Esisha kuthebhu yaseKhaya . Chofoza kwesokudla i-slide esinesakhiwo ofuna ukusishintsha, bese ukhomba ku-Isakhiwo.

  31. Isivivinyo 1, umbuzo 3: Impendulo Chofoza kwesokudla i-slide esinesakhiwo ofuna ukusishintsha, bese ukhomba ku-Isakhiwo. Lokhu kuvula igalari yezakhiwo. Uqhafaza esisodwa ukusifaka kwi-slide. Enye indlela wukukhetha isithonjana se-slide ngesakhiwo ofuna ukusishintsha, bese uqhafaza Isakhiwo kuthebhu Ekhaya . Lokho kuveza igalari, lapho ukhetha khona isakhiwo ozosifaka.

  32. Isifundo 2 Khetha ingqikithi, ngeza okunye okuqukethwe

  33. Khethaingqikithi, ngezaokunyeokuqukethwe Njengeskimusombalawesethulosakho, omnyamaoyisisekelouzolunga. Kodwaungathiniumakuthiwausemdlandleniwemibalaethexaxanomklamoogqamekakhudlwana? Lorem ipsum dolor sit amet Lorem ipsum dolor sit amet Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas Yiyangqokwigalariyeze-PowerPoint izingqikithiuzameokulapho. Ukukhethaingqikithiakulukhuninjengokuqhebezaiswishi. Ungafakafuthiezinyeizicikuma-slides, njengezithombenezincazelozazo, beseukuvumelanisakahleukuzekonkekuhlelekengobunono.

  34. Ubuhle bezingqikithi Zonke izethulo zinengqikithi. Ezinye zigqame kakhulu kunezinye. Lorem ipsum dolor sit amet Lorem ipsum dolor sit amet Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas Lorem ipsum dolor sit amet Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas Ingqikithi iveza ukubukeka nemibala yama-slides akho futhi inikeza isethulo sakho ukubukeka okungaguquki. Lapha, ubona izihloko ezintathu zama-slides ezinokuqukethwe okufanayo kodwa ezisebenzisa izingqikithi ezihlukene.

  35. Ubuhle bezingqikithi Zonke izethulo zinengqikithi. Ezinye zigqame kakhulu kunezinye. Lorem ipsum dolor sit amet Lorem ipsum dolor sit amet Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas Lorem ipsum dolor sit amet Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas Ingqikithiibandakanyalezingxenye, ezinikezwanjengephekheji: • Umklamo wengemuva • Iskimu semibala • Izinhlobo nosayizi kwefonti • Izindawo zezibambindawo

  36. Ubuhle bezingqikithi Iskimusemibalasithintaimibalayengemuva, imibalayefonti, imibalayokugcwalisaizimo, imibalayemingcele, ama-hyperlink, nezingxenyezama-slide ezifananamathebulanamashadi. Lorem ipsum dolor sit amet Lorem ipsum dolor sit amet Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas Lorem ipsum dolor sit amet Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas Futhi uma unezibambindawo, ingqikithi ihlonipha isakhiwo osikhethile; inyakazisa izinto kancane.

  37. Khetha ingqikithi Leso naleso sethulo esisha siqala ngengqikithi ehleliwe, okuthiwa yiNgqikithi ye-Ofisi. Ukuthola nokufaka enye, qala ngokuqhafaza ithebhu Klama kwi-Ribbon. Klama Lorem ipsum dolor sit amet Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas Amasampula engqikithi, ngohlobo lwezithonjana ezincane ozibona lapha, azovela eqoqweni Izingqikithi . Ukubona ezinye izingqikithi, chofoza ibhathini Okunye kwesokudla seqembu.

  38. Khetha ingqikithi Leso naleso sethulo esisha siqala ngengqikithi ehleliwe, okuthiwa yiNgqikithi ye-Ofisi. Ukuthola nokufaka enye, qala ngokuqhafaza ithebhu Klama kwi-Ribbon. Klama Lorem ipsum dolor sit amet Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas Uma ukhomba kunoma yisiphi isithonjana sengqikithi, isihloli saso sivezwa kwi-slide. Chofoza isithonjana ukufaka leyo ngqikithi kuwo wonke ama-slides akho. Ungafaka futhi ingqikithi kuphela kuma-slides owakhethile.

  39. Shutheka izithombe nezinto, ingxenye 1 Manje uzofunda izindlela ezimbili zokushutheka izithombe nezinye izinto ezingewona umbhalo kuma-slides. I-Clip Art Cinga: Hamba Cinga ku: Imiphumelakufaneleibe: Indlela yokuqala wukuqhafaza uphawu kusibambindawo, oke wasibona kancane esifundweni sokuqala.

  40. Shutheka izithombe nezinto, ingxenye 1 Manje uzofunda izindlela ezimbili zokushutheka izithombe nezinye izinto ezingewona umbhalo kuma-slides. I-Clip Art Cinga: Hamba Cinga ku: Imiphumelakufaneleibe: Isithombesichazaindlelayokushuthekaisicucu se-clip art: Chofoza uphawu lwe Clip Art kusibambindawo. Ifasitelana lemisebenzi le-Clip Art liyavuleka. Lapho, thayipha igama elisemqoka ebhokisini elithi Cinga elisho uhlobo lwesiqeshana (clip) osifunayo. Bese uqhafaza okuthi Hamba.

  41. Shutheka izithombe nezinto, ingxenye 1 Manje uzofunda izindlela ezimbili zokushutheka izithombe nezinye izinto ezingewona umbhalo kuma-slides. I-Clip Art Cinga: Hamba Cinga ku: Imiphumelakufaneleibe: Isithombesichazaindlelayokushuthekaisicucu se-clip art: Kuvela iziqeshana ezihambisana negama elisemqoka. Chofoza esinye sazo ukushutheka kwi-slide. Isithombe silinganiswa ngokuzenzekela bese sifakwa kusibambindawo.

  42. Shutheka izithombe nezinto, ingxenye 2 Enye indlela yokushutheka izinto ze-slide wukusebenzisa ithebhu ethi Shutheka ku-Ribbon. Shutheka Umbhalo Ibhokisi Umbhalo Zonkeizintoongazishuthekangokuzithathakufasitelana le-slide ziyatholakalafuthikuthebhuethiShutheka, nokunye—kubandakanyaizimo, ama-hyperlink, amabhokisiombhalo, izihlokoneziphetho, neziqeshanazemidwaezifananemisindo.

  43. Shutheka izithombe nezinto, ingxenye 2 Isithombe siveza uhla lwezinto ezitholakala kuthebhu ethi Shutheka . Shutheka Umbhalo Ibhokisi Umbhalo Into evamile yokushuthekwa yibhokisi lombhalo, njengoba kuveziwe. Amabhokisiombhaloayasizaumaufunaukwengezaumbhalondawothilefuthiudingaesinyeisibambindawosawo, njengencazeloyesithombe. KuthebhuShutheka, chofozaIbhokisiLombhalo. Dwebaibhokisikwi-slide beseuyathayipha.

  44. Shutheka izithombe nezinto, ingxenye 2 Iyiphiindlelaengcono? Shutheka Umbhalo Ibhokisi Ngenxa yokuthi ungakhetha kokubili kokushutheka izinto ezithile, yikuphi okunconywayo? Umbhalo Esikhathini esiningi kuya ngokuthi yikuphi okubona kukusiza kakhulu. Okukodwa okumele ukucabange wukuthi ufuna into eshuthekiwe ime kanjani ku-slide.

  45. Hlela okwama-slide Emvakokushuthekaisithombe, ungathandaukwenzaizinguqukoezithilenjengokushintshausayizi, ukunqampula, nomaukushintshaukugqama. SebenzisaAmathuluziEsithombekulokhu. AmathuluziEzithombe Ifomathi Qondanisa Isimo Sesithombe Letha Ngaphambili Iqoqo UmngceleWesithombe Thumela Ngemuva Nqampula Zungezisa ImithelelaYesithombe IfasitelanaLokukhetha AmathuluziEsithombeayatholakalaumaisithombesikhethwa. Ngakho, khetha isithombe. Amathuluzi Esithombe avela ngenhla kwe-Ribbon. Sebenzisa izinketho kuthebhu Fomatha ukusebenza isithombe.

  46. Hlela okwama-slide Kunamathuluziochungelwezintoongazishutheka, kusukelakumathebula, amashadi, nemifanekiso ye-SmartArt™ kuye kumabhokisi ombhalo nezimo, imisindo, namavidyo. AmathuluziEzithombe Ifomathi Qondanisa Isimo Sesithombe Letha Ngaphambili Iqoqo UmngceleWesithombe Thumela Ngemuva Nqampula Zungezisa ImithelelaYesithombe IfasitelanaLokukhetha Vele ukhethe into eshuthekiwe ukubona ithebhu efanele ku-Ribbon.

  47. Hlela ngononina okwama-slide Uma usufake zonke izinto ozifunayo kwi-slide, udinga ukuziqondanisa ukuze zibukeke zilungile. AmathuluziEzithombe Ifomathi QondanisaIsinxele QondanisaPhakathi QondanisaEsokudla QondanisaPhezulu QondanisaMaphakathi QondanisaPhansi Isibonelo, kule sithombe, ibhokisi lombhalo elinencazelo lizobukeka kangcono kakhulu uma seliqondaniswe ngokulingana nesithombe—linganisa esinxeleni, noma kulingene phakathi nendawo.

  48. Hlela ngononina okwama-slide Usebenzisa imiyalo ethi Hlela ngononina ukuqondanisa okwe-slide. AmathuluziEzithombe Ifomathi QondanisaIsinxele QondanisaPhakathi QondanisaEsokudla QondanisaPhezulu QondanisaMaphakathi QondanisaPhansi Ukuqondanisaincazelongendlelayokuthiilinganisekeesinxeleninesithombe, qalangokukhethazombiliizibambindawo. Ku-AmathuluziEsithombe, tholaiqoqoHlelangononinakuthebhuFomatha. ChofozaelithiQondanisaibhathini, beseuqhafazaokuthi,QondanisaEsinxeleni.

  49. Iziphakamiso zokuzilolonga • Khetha ingqikithi entsha. • Shutheka isithombe. • Linganisa kabusha isithombe. • Ngeza incazelo. • Qondanisa isithombe nencazelo. • Ibhonasi: Ngeza umphumela womnyakazo.

  50. Isivivinyo 2, umbuzo 1 Uma ufaka ingqikithi, njalo inomthelela kuwo wonke ama-slide kwisethulo. (Khetha eyodwa impendulo.) Yiqiniso. Yiphutha.

More Related